UEksodusi 6:7 - IsiZulu 20207 Ngizonithatha nibe ngabantu bami, futhi ngibe nguNkulunkulu wenu. Niyokwazi ukuthi Mina Simakade nginguNkulunkulu wenu, onikhululile emithwalweni yabaseGibhithe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE7 Ngiyakunithatha nibe yisizwe sami, mina ngibe nguNkulunkulu wenu; niyokwazi ukuthi nginguJehova uNkulunkulu wenu onikhipha emithwalweni yabaseGibithe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20247 Ngiyakunithatha nibe yisizwe sami, mina ngibe nguNkulunkulu wenu; niyakwazi ukuthi nginguJehova uNkulunkulu wenu onikhipha phansi kwemithwalo yabaseGibithe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |