Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 5:7 - IsiZulu 2020

7 “Ningabe nisabanika abantu utshani bokwenza izitini, njengoba benenza kuqala; mabahambe bazilandele utshani ngokwabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 “Anisayikubanika abantu utshani bokwenza izitini njengaphambili; mabahambe bazibuthele utshani.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ungabe usabanika abantu utshani bokwenza izitini njengakuqala; mabahambe bazibuthele utshani.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 5:7
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Babonisana, bathi: “Wozani sibumbe izitini, sizipheke emlilweni ukuze ziqine!” Esikhundleni samatshe babumba izitini, esikhundleni sodaka benza ibhithumeni.


Waqhubeka wathi: “Sinotshani nefolishi eliningi ekhaya, nendawo yokulala.”


Ngalolo lusuku uFaro wayala izinduna zabantu nabaphathi babo, wathi:


Kepha inani lezitini abazenzayo kufanele lifane nelezitini abazenze ngayizolo; ningalehlisi, ngokuba bayavilapha. Yingakho bekhala bethi: ‘Masihambe siyokwenzela uNkulunkulu wethu umhlatshelo.’


Sinabo utshani nefolishi lezimbongolo zethu; nginezinkwa newayini okungokwami nencekukazi yakho nensizwa nezinceku zakho. Asiswele lutho.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ