Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 5:4 - IsiZulu 2020

4 Kepha inkosi yaseGibhithe yathi kubo: “Mose no-Aroni, nibasuselani abantu emisebenzini yabo na? Hambani niye emisebenzini yenu.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Inkosi yaseGibithe yathi kubo: “Nibakhumulelani abantu emithwalweni yabo nina Mose no-Aroni na? Hambani, niye emisebenzini yenu.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Inkosi yaseGibithe yathi kubo: “Nina, Mose no-Aroni, nibayekelani abantu emisebenzini yabo na? ngikulethe emithwalweni yakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 5:4
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

AbaseGibhithe baqoka abaphathi bezigqila ukuze babagqilaze abantu bakwa-Israyeli ngokubaphoqa ukwenza umsebenzi onzima, bamakhele uFaro imizi yokugcina izinto ePhithomi naseRamesesi.


Langa limbe uMose esekhulile, waya kubantu bakubo, wabubona ubunzima ababebuthwele; wabona umGibhithe eshaya umHebheru ongomunye wabantu bakubo.


Ngikuzwile futhi ukububula kwabantu bakwa-Israyeli abenziwe izigqila ngabaseGibhithe, ngase ngisikhumbula isivumelwano sami.


Izikhulu zathi enkosini: “Lo muntu makabulawe, ngoba uthena amabutho asasele kulo muzi nabantu bonke amandla, ngokukhuluma kubo lawa mazwi anje, ngokuba lo muntu akafuni inhlalakahle yalaba bantu, kodwa okubi kuphela.”


U-Amaziya umphristi waseBhethele wathumela kuJerobhowamu inkosi yakwa-Israyeli, wathi: “U-Amose ukwakhele uzungu kubantu bakwa-Israyeli; izwe alinakumelana nawo wonke amazwi akhe.


Baqala ukumthwesa icala, bathi: “Lo muntu simthole edukisa isizwe sakithi, esenqabela ukuba sithele intela kuKhesari, ethi nguyena onguKhristu, inkosi.”


“Le ndoda siyithole iluhlupho, iphehla udweshu kubaJuda kulo lonke izwe, ingumholi wehlelo lamaNazaretha,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ