Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 5:19 - IsiZulu 2020

19 Izinduna zabakwa-Israyeli zazibonela ukuthi zisengxakini engakanani lapho kuthiwa kuzo: “Aniyukulehlisa inani lezitini enilenza ngosuku.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Izinduna zabantwana bakwa-Israyeli zabona ukuthi basekuhluphekeni, lapho kuthiwa: “Aniyikunciphisa izitini zenu esilinganisweni semihla ngemihla.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Izikhulu zabantwana bakwa-Israyeli zabona ukuthi basekubi, lapho kwathiwa: “Aniyikunciphisa lutho ezitini zenu emsebenzini wenu wezinsuku zonke.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 5:19
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Hambani manje niyosebenza, ngokuba anizukunikwa tshani, kodwa nisazokwenza inani elifanayo lezitini.”


Zahlangana noMose no-Aroni ababemi bezozihlangabeza ngesikhathi zisuka kuFaro.


Kepha inani lezitini abazenzayo kufanele lifane nelezitini abazenze ngayizolo; ningalehlisi, ngokuba bayavilapha. Yingakho bekhala bethi: ‘Masihambe siyokwenzela uNkulunkulu wethu umhlatshelo.’


Ngabuye ngabona konke ukucindezela okwakwenziwa phansi komthunzi welanga. Bheka, izinyembezi zabacindezelwe bengenabani wokubaduduza! Uhlangothi lwabacindezeli lwalunamandla, kanti nalo lungenabani wokulududuza.


Uma esifundazweni sangakini ubona abampofu becindezelwa, kungenabulungiswa, futhi bephucwa amalungelo abo, ungamangaliswa yilokho, ngoba isikhulu esiphezulu naso sibhekwe ngesinye, kukhona nezingaphezulu kwazo.


“USimakade uyobehlulela abantu bakhe, abe nesihawu ezincekwini zakhe, lapho ebona ukuthi amandla abo aphelile, akusekho oboshiweyo nokhululekileyo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ