Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 5:17 - IsiZulu 2020

17 Wathi: “Niyavilapha, yingakho nithi: ‘Sidedele sihambe siyokwenzela uSimakade umhlatshelo.’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Kepha wathi: “Yinina enenqena, yebo, niyenqena; ngalokho nithi: ‘Ake sihambe sihlabele uJehova.’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Kepha wathi: “Niyavilapha, niyavilapha; ngalokho nithi: ‘Masihambe sihlabele uJehova.’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 5:17
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Izinceku zakho azisanikwa tshani, nokho bathi kithi: ‘Yenzani izitini!’ Futhi kunjalo nje izinceku zakho ziyashaywa, kepha icala likubantu bakho.”


Hambani manje niyosebenza, ngokuba anizukunikwa tshani, kodwa nisazokwenza inani elifanayo lezitini.”


Kepha inani lezitini abazenzayo kufanele lifane nelezitini abazenze ngayizolo; ningalehlisi, ngokuba bayavilapha. Yingakho bekhala bethi: ‘Masihambe siyokwenzela uNkulunkulu wethu umhlatshelo.’


Kepha abafundi bakhe bekubona lokho, bathukuthela, bathi: “Kumoselwani lokhu na?


Ningasebenzeli ukudla okuphelayo, kepha ukudla okuhlala kuze kube ngukuphila okuphakade, eyakunipha khona iNdodana yomuntu, ngokuba uYise uNkulunkulu ubekile uphawu lwakhe kuyo.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ