Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 40:25 - IsiZulu 2020

25 Wayesebeka izibani phambi kukaSimakade, njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Wazibeka izibani phambi kukaJehova, njengalokho uJehova emyalile uMose.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Wazikhanyisa izibani phambi kukaJehova; njengalokho uJehova emyalile uMose.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 40:25
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Uyokwenza izibani eziyisikhombisa uzibeke othini, zikhanyise phambi kwalo.


Wabeka uthi lwezibani ethendeni lokuhlangana, maqondana netafula elisohlangothini olungaseningizimu yethabanakeli.


Uyakungenisa itafula, uhlele izinto eziphezu kwalo, uyakufaka uthi lwesibani bese ubeka izibani zalo.


“Yisho ku-Aroni uthi kuye: ‘Lapho ubeka izibani, izibani eziyisikhombisa ziyakukhanyisa phambi kothi lwezibani.’ ”


U-Aroni wenza kanjalo, wabeka izibani zalo ukuze zikhanyise phambi kothi lwezibani njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose.


Esihlalweni sobukhosi kwaphuma imibani, amazwi, nokuduma. Izibani zomlilo eziyisikhombisa zavutha phambi kwesihlalo sobukhosi, ezingoMoya bakaNkulunkulu abayisikhombisa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ