Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 4:16 - IsiZulu 2020

16 Nguye ozokukhulumela kubantu; uyakuba ngumlomo wakho, wena ufane nonkulunkulu kuye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Uyakukukhulumela kubantu, abe ngumlomo kuwe, wena ube njengoNkulunkulu kuye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Yena uyakuba ngumkhulumeli wakho kubantu, abe, yebo, abe ngawe esikhundleni somlomo, wena ube ngowakhe esikhundleni sikaNkulunkulu;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 4:16
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Mina ngathi: “Ningonkulunkulu nina, nonke ningamadodana oPhezukonke.


Manje ngilalele, ngizokweluleka, uNkulunkulu abe nawe. Ufanele ukukhulumela abantu phambi kukaNkulunkulu, ulethe izindaba zabo kuNkulunkulu;


Ngalokho-ke hamba, ngizokuba semlonyeni wakho, ngikufundise ozokusho.”


U-Aroni wawakhuluma wonke amazwi uSimakade ayewakhulume kuMose, wenza nezibonakaliso phambi kwabantu.


UJeremiya wayesethatha omunye umqulu, wawunika uBharukhi umbhali, indodana kaNeriya, waloba kuwo wonke amazwi encwadi akhulunywa nguJeremiya, wonke amazwi omqulu uJehoyakimi, inkosi yakwaJuda, ayewushise emlilweni. Kwathasiselwa kuwo amanye amazwi amaningi anjengawakuqala.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ