Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 39:6 - IsiZulu 2020

6 Balungisa amatshe e-oniksi, ayezungezwe yizisekelo zegolide, eqoshwe njengendandatho, kwaqoshwa kuwo amagama amadodana kaJakobe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Balungisa amatshe amashohamu* ezungezwe yizisekelo zegolide, eqoshwe njengendandatho ngamagama amadodana ka-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Bakha amatshe e-shohamu ashunyekwe ezingxenyeni zegolide, aqoshwa njengokuqoshwa kwezimpawu ngamagama abantwana bakwa-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 39:6
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ayinakulinganiswa negolide lase-Ofiri, neshohamu eliyigugu nesafire.


amatshe amashohamu, namatshe okuhlobisa ingubo yamahlombe nasesifubeni.


Njengomqophi eqopha isisicilelo, uyowaqopha lawa matshe amabili ngamagama amadodana ka-Israyeli, bese uwafaka azungezwe yizisekelo zegolide.


Uyowabeka lawa matshe ezizibeni zengubo yamahlombe njengesikhumbuzo samadodana ka-Israyeli, bese u-Aroni awembathe amagama abo emahlombe akhe phambi kukaSimakade kube yisikhumbuzo.


Uyothatha amatshe amabili aligugu i-oniksi, uqophe kuwo amagama ali-12 amadodana ka-Israyeli;


nangamatshe ama-oniksi namanye aligugu ukuze afakwe engutsheni yamahlombe nasesivikelweni sesifuba.


Ibhande elihlotshisiwe lokuyibopha elalikuyo lalenziwe ngendlela efanayo nezingubo, lenziwe ngegolide, ngensonto eluhlaza okwesibhakabhaka, ngokubukhwebezane, ngokubomvu, nangelineni lemicu ephothiweyo elicolekileyo; njengokuba uSimakade ayemyalile uMose.


Use-Edene, ensimini kaNkulunkulu; wonke amatshe ayigugu ekusibekele; irubhi, ithopazi, idayimani, ishohamu, ijasiphi, isafire, isimaragidu, ikhrisolithe; imvunulo yakho, nezisekelo zamatshe zaziyigolide, zilungiswe ngosuku owadalwa ngalo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ