Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 39:31 - IsiZulu 2020

31 Babophela kulo intambo eluhlaza okwesibhakabhaka, base bekubeka ngaphezu kweqhiya; njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Babophela kuye intambo eluhlaza ukuba abekwe phezulu esigqokweni, njengalokho uJehova emyalile uMose.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

31 Basebebophela kuyo intambo ebubende ukuze ibotshwe phezu kweqhiye; njengalokho uJehova emyalile uMose.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 39:31
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Uyokwenza ucwecwe lwegolide elicwengekileyo, uqophe kulo njengokuqoshwa kwendandatho, ukuthi: ‘Wehlukaniselwe uSimakade.’


Yilezi izingubo abayozithunga: isivikelo sesifuba, ingubo yamahlombe, ingubo, ibhantshi elihlotshisiweyo, umshuqulo, nombhunkulo. Lapho bethungela u-Aroni namadodana akhe lezi zingubo ezingcwele ukuze bangikhonze bengabaphristi,


Benza ucwecwe lomqhele ongcwele ngegolide elicwengekileyo, baqopha kulo umbhalo njengokuqoshwa kwendandatho othi kungcwele kuSimakade.


Waphothulwa kanjalo-ke wonke umsebenzi wethabanakeli lethende lokuhlangana; abantu bakwa-Israyeli benza njengakho konke uSimakade ayemyale ngakho uMose.


UMose wenza njengalokhu uSimakade emyalile; waqoqela inhlangano ngasemnyango wethende lokuhlangana.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ