Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 39:29 - IsiZulu 2020

29 nebhande lelineni lemicu ephothiweyo, ngokuluhlaza okwesibhakabhaka, ngokubukhwebezane, ngokubomvu, okwakwenziwe ngobuciko obukhulu ngumhlobisi, njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 nebhande* lelineni elicolekileyo lemicu ephothiweyo nelokuluhlaza nelokububende nelokubomvu, umsebenzi womfeketshisi, njengalokho uJehova emyalile uMose.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

29 nebhande lelineni elicolekileyo lemicu ephothiweyo, nokuyibubende, nokububende, nokubomvu, umsebenzi oyimithungo; njengalokho uJehova emyalile uMose.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 39:29
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

okuluhlaza okwesibhakabhaka, okubukhwebezane, okubomvu, ilineni elicolekileyo, uboya bezimbuzi;


“Uyokwenza isihenqo sasemnyango wethende ngokuluhlaza okwesibhakabhaka, ngokubukhwebezane, ngokubomvu, nangelineni lemicu ephothiweyo elicolekileyo, umsebenzi womfekethisi.


“Esangweni legceke kuyokuba khona isihenqo esingamakhubhithi angama-20; senziwe ngokuluhlaza okwesibhakabhaka, ngokubukhwebezane, ngokubomvu, nangelineni lemicu ephothiweyo elicolekileyo, okungumsebenzi womfekethisi. Siyakuba nezinsika ezine, nezisekelo ezine.


“Uyokweluka ibhantshi ngelineni elicolekileyo, nomshuqulu ngelineni elicolekileyo, nebhande elifekethisiweyo.


benza namaqhiya ngelineni elicolekileyo, okunye kokuthwala ekhanda ngelineni elicolekileyo, nezingubo zangaphansi ngelineni lemicu ephothiweyo elicolekileyo,


Benza ucwecwe lomqhele ongcwele ngegolide elicwengekileyo, baqopha kulo umbhalo njengokuqoshwa kwendandatho othi kungcwele kuSimakade.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ