Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 39:25 - IsiZulu 2020

25 Benza izinsimbi ezikhencezayo ngegolide elicolisekileyo, bazifaka izinsimbi phakathi kwamahananadi ngasemphethweni wayo, bawuzungeza wonke umphetho wayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Bazenza izikhencezo zegolide elicwengekileyo, bazifaka izikhencezo phakathi kwamapomegranati emiphethweni yejazi nxazonke phakathi kwamapomegranati,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Benza izikhencezo zegolide elicwengekileyo, babeka izikhencezo phakathi kwemigexo emiphethweni yejazi, inhlangothi zonke phakathi kwezigqoko;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 39:25
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Sibusisiwe isizwe esikwazi ukuhlabelela ngenjabulo, sihamba ekukhanyeni kobukhona bakho, Simakade.


Emphethweni wejazi ongezansi bafaka amahananadi enziwe ngokuluhlaza okwesibhakabhaka, okubukhwebezane, okubomvu nelineni elicolekileyo eliphothiweyo.


Kwaba yinsimbi ekhencezayo, yihananadi, yinsimbi nehananadi emphethweni ozungeze ingubo yokukhonza, njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose.


Izitshalo zakho ziyisivande samahananadi esithela izithelo zekhethelo; ihena elinamanadi,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ