Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 39:21 - IsiZulu 2020

21 Base bebopha isivikelo sesifuba ngamasongo aso, emasongweni engubo yamahlombe basibopha ngentambo eluhlaza okwesibhakabhaka ukuba sibe phezu kwebhande elihlotshisiweyo lengubo yamahlombe, ukuze singakhumuki kuyo, njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Base bebopha isihlangu sesifuba ngamasongo aso emasongweni engubo yamahlombe ngentambo eluhlaza ukuba sibe phezu kwebhande* elifekethisiweyo lengubo yamahlombe, ukuze isihlangu sesifuba singakhumuki engutsheni yamahlombe, njengalokho uJehova emyalile uMose.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Basibophela isihlangu sesifuba emasongweni aso emasongweni e-efodi ngentambo ebubende, ukuze sibe phezu kwebhande lasehlombe le-efodi, ukuze isihlangu sesifuba singahlukani nengubo yamahlombe; njengalokho uJehova emyalile uMose.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 39:21
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

amatshe amashohamu, namatshe okuhlobisa ingubo yamahlombe nasesifubeni.


Ibhande elikuyo liyokwenziwa ngobuciko obufanayo ngokuyigolide, ngokuluhlaza okwesibhakabhaka, ngokubukhwebezane, ngokubomvu, nangelineni lemicu ephothiweyo elicolekileyo.


Benza amanye amasongo amabili egolide bawafaka phansi phambili ezizibeni zombili zengubo yamahlombe ngalapho ihlangana khona, ngaphezu kwebhande layo elihlotshisiweyo.


Benza ijazi lokwemboza ingubo yamahlombe ngokwalukiweyo okuluhlaza okwesibhakabhaka kuphela.


UJesu wayesethi kubafundi bakhe: “Uma umuntu ethanda ukuza emuva kwami, makazidele, athabathe isiphambano sakhe, angilandele.


Ngokuba ubuwula bukaNkulunkulu buhlakaniphile kunobabantu, nobuthakathaka bukaNkulunkulu bunamandla kunobabantu.


Kodwa izinto zobuwula zezwe, uNkulunkulu uzikhethile ukuba abajabhise ngazo abahlakaniphileyo. Kanjalo nezinto ezibuthakathaka zezwe, uNkulunkulu uzikhethile ukuba azijivaze ezinamandla.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ