Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 39:18 - IsiZulu 2020

18 Izihloko ezimbili zamaketanga athandelweyo bazifaka emiphethweni yomibili, bazibeka ezizibeni ezisemahlombe ukuya ngaphambili kwazo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Ezinye izihloko ezimbili zamaketanga athandelweyo bazifaka ezisekelweni ezimbili, wazibeka ngaphambili ezizibeni zengubo yamahlombe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Basebebophela izihloko zombili zamaketane ezitsheni zombili, bazifaka ezizibeni zamahlombe zengubo yamahlombe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 39:18
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Njengomqophi eqopha isisicilelo, uyowaqopha lawa matshe amabili ngamagama amadodana ka-Israyeli, bese uwafaka azungezwe yizisekelo zegolide.


namaketanga amabili egolide elicwengekileyo, uwenze abe njengamagoda, uwathandele ezisekelweni zegolide.


Iyakuba neziziba ezimbili zasemahlombe ezihlanganisiwe emachosheni azo ukuze zikwazi ukubopheka.


Base befaka izintambo ezimbili zegolide emasongweni omabili asemachosheni esivikelo sesifuba.


Base benza amasongo amabili egolide bawafaka emachosheni omabili esivikelo sesifuba, eceleni laso eliqondene nengubo yamahlombe ngaphakathi.


Izihlathi zakho zinhle zinemicu yobuhlalu, intamo yakho inemigexo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ