Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 38:30 - IsiZulu 2020

30 wenza ngalo izisekelo zesango lethende lokuhlangana, i-althare lethusi, inetha lethusi, nazo zonke izimpahla ze-althare,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Wenza ngalo izinyawo zomnyango wetende lokuhlangana, ne-altare lethusi, nehele lalo lethusi, nezinto zonke ze-altare,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Wenza ngalo izisekelo zomnyango wetende lokuhlangana, ne-altare lethusi, nocezu lwalo lwethusi, nezinto zonke ze-altare;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 38:30
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Isihenqo leso uyosenzela izinsika eziyisihlanu ngokhuni lomkhambathi, uzicake ngegolide, nezinkintsho zazo zibe yigolide, uzenzele izisekelo zethusi eziyisihlanu.


izinsika zalo ezingama-20, nezisekelo zazo ezingama-20 ziyokwenziwa ngethusi; izinkintsho zezinsika nezibopho zazo zenziwe ngesiliva.


Zonke izinsika ezizungeze igceke ziyakucakwa ngesiliva, izinkintsho zazo zibe ngezesiliva, izisekelo zibe ngezethusi.


Uyokwenza izimpondo zalo emakhoneni omane alo, izimpondo zalo zibe yinto eyodwa ne-althare, ulicake ngethusi.


Uyakulenzela futhi isisefo sethusi esenziwe njengenetha, uyokwenza amasongo amane ethusi enetheni kuwo omane amakhona alo.


Ithusi elalinikeliwe lalingamathalenta angama-70, namashekeli ayizi-2 400;


zonke izisekelo ezizungeze igceke, nezesango legceke, nazo zonke izikhonkwane zethabanakeli nxazonke zegceke.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ