Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 38:25 - IsiZulu 2020

25 Isiliva elathokala enhlanganweni eyayibaliwe laba ngamathalenta alikhulu, namashekeli ayi-1 775 ngokweshekeli lendlu engcwele.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Isiliva lababebalwa esizweni lalingamatalenta* ayikhulu namashekeli* ayinkulungwane namakhulu ayisikhombisa namashumi ayisikhombisa nanhlanu ngokweshekeli lendlu engcwele,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Isiliva lababalwayo bebandla lalingamatalenta ayikhulu namashekeli ayinkulungwane namakhulu ayisikhombisa namashumi ayisithupha nanhlanu ngokweshekeli lendlu engcwele;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 38:25
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Lapho kubalwa abantu bakwa-Israyeli ukuze bonke babhaliswe, lapho bebhaliswa, bonke bayakukhokha inhlawulo yempilo yabo kuSimakade, ukuze bangehlelwa ubhubhane ngenxa yokubalwa.


Uyothatha imali yenhlawulo kubantu bakwa-Israyeli uyisebenzisele izinkonzo ethendeni lokuhlangana. Iyokuba yisikhumbuzo sesihlengo esenziwa ngenxa yempilo yabo phambi kukaSimakade, kubantu bakwa-Israyeli.”


“Bala yonke inhlangano yabantu bakwa-Israyeli ngemindeni yabo nangezindlu zokhokho, ngokwenani lamagama, bonke abesilisa ngezinhloko zabo;


“Balani inani layo yonke inhlangano yabantu bakwa-Israyeli, kusukela kwabaneminyaka engama-20 kuya phezulu, ngokwezindlu zokhokho babo, bonke abakwa-Israyeli abangaphuma baye empini.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ