Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 38:20 - IsiZulu 2020

20 Zazilithusi macala wonke zonke izikhonkwane zethabanakeli nezegceke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Zonke izikhonkwane zetabernakele* nezegceke nxasonke zaziyithusi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Zonke izikhonkwane zetabernakele nezegceke nxazonke zazingezethusi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 38:20
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Isisindo sezipikili sasingamashekeli egolide angama-50.


“Kepha manje uSimakade uNkulunkulu wethu usenzele umusa okwesikhashana, washiya insali, wasenza saba nesabelo endaweni yakhe engcwele ukuze akhanyise amehlo ethu, asinike ikhefu, asophule ebugqileni bethu.


Zonke izimpahla ezisetshenziswa ethabanakelini, izikhonkwane zakhona nazo zonke ezasegcekeni mazenziwe ngethusi.


Kwakunezinsika ezine nezisekelo zazo ezine kungezethusi, izinkintsho zalo kungezesiliva, izihloko zazo zembozwe ngesiliva, nezibopho zalo zingezesiliva.


Lezi kwakuyizindleko zethabanakeli; ithabanakeli lesivumelwano, ezahlanganiswa njengokuyala kukaMose, umsebenzi wabaLevi wawuphansi kuka-Ithamari, indodana ka-Aroni umphristi.


Amazwi abahlakaniphile anjengezincijo, anjengezikhonkwane ezishayelwe zagxila, anjalo namazwi aqoqwe ngumalusi munye.


Ngiyomqinisa njengesikhonkwane endaweni eqinileyo, abe yisihlalo sokuhlonipheka endlini kayise.


Bheka, iZiyoni umuzi wemikhosi yethu emisiweyo. Amehlo akho ayakubona iJerusalema, indlu yokuthula, ithende elingenakususwa, okungekho muntu ongabhongcula izikhonkwane zalo, nezintambo zalo akuyukugqashulwa nanini.


engabambeleli kulowo oyinhloko, okungaye umzimba wonke uyondliwa, futhi uhlanganiswa ndawonye ngamalungu nemisipha, ukhula ngokukhula kukaNkulunkulu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ