Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 38:17 - IsiZulu 2020

17 Izisekelo zezinsika zazilithusi; izinkintsho zezinsika namabhande akhona kulisiliva; izihloko zalo zicakwe ngesiliva, zonke izinsika zegceke zinezibopho zesiliva.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Izinyawo zezinsika zaziyithusi, izingwegwe zezinsika nemishayo yazo kwakuyisiliva; izihloko zazo zazinamekwe ngesiliva; zonke izinsika zegceke zazinesibopho sesiliva.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Izinyawo zezinsika zazingezethusi; izisekelo zezinsika namasongo azo kwakuyisiliva; nezinduna zabo zokumboza ngesiliva; zonke izinsika zegceke zazigcwele isiliva.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 38:17
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wenza izihlalo ezimbili ngethusi elibunjiweyo, wazibeka phezu kwezinsika; ubude besihlalo ngasinye babungamakhubhithi ayisihlanu, zilingana ncimishi.


izinsika zalo ezingama-20, nezisekelo zazo ezingama-20 ziyokwenziwa ngethusi; izinkintsho zezinsika nezibopho zazo zenziwe ngesiliva.


Onke amakhethini eyezungeze igceke ayenziwe ngelineni lemicu ephothiweyo.


Isihenqo sesango legceke sasihlotshiswe ngensonto eluhlaza okwesibhakabhaka, ngokubukhwebezane, ngokubomvu, nangelineni lemicu ephothiweyo elicolekileyo. Kwakungamakhubhithi angama-20 ubude, ukuphakama nobubanzi balo bungamakhubhithi ayisihlanu, kulingana namakhethini egceke.


Umsebenzi owawumiselwe abozalo lwakwaMerari kwakungukunakekela amapulangwe ethabanakeli: imishayo, izinsika, izisekelo zalo, nazo zonke izimpahla zalo, nayo yonke imisebenzi eyayenziwa ngalezo zinto.


izinsika zegceke nxazonke, izisekelo zalo, izikhonkwane zalo, izintambo zalo, impahla yalo yonke, nomsebenzi walo wonke, niyoyisho ngamagama impahla okufanele bayithwale.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ