Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 37:23 - IsiZulu 2020

23 Wenza izibani zalo eziyisikhombisa, nezindlawu zalo nezingqwembe zegolide elicwengekileyo zokukhongozela amalahle avuthayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Wazenza izibani zalo eziyisikhombisa nezizenze zalo nezitsha zalo zensizi ngegolide elicwengekileyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Wenza izibani zalo eziyisikhombisa, nezindlawu zalo, nemilomo yalo ngegolide elicwengekileyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 37:23
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Uyokwenza izibani eziyisikhombisa uzibeke othini, zikhanyise phambi kwalo.


Uyokwenza izindlawu nezitsha zomlotha ngegolide elicwengekileyo.


Imidumba namagatsha ayephuma kulo, konke kwakungumsebenzi owodwa ocangcathiweyo wegolide elicwengekileyo.


Walwenza lona nazo zonke izimpahla zalo ngethalenta legolide elicwengekileyo.


Yathi kimi: “Ubonani na?” Ngathi: “Ngibona, uthi lwezibani lonke luyigolide, kunesitsha phezu kwalo, nezibani eziyisikhombisa ezikulo; kukhona imibhobho eyisikhombisa kuleso naleso sibani esiphezu kwalo,


“Yisho ku-Aroni uthi kuye: ‘Lapho ubeka izibani, izibani eziyisikhombisa ziyakukhanyisa phambi kothi lwezibani.’ ”


Ngaphenduka ukuba ngibone leli lizwi elalikhuma nami. Sengiphenduka, ngabona izinti zezibani zegolide eziyisikhombisa.


Imfihlakalo yezinkanyezi eziyisikhombisa ozibonileyo esandleni sami sokunene, nezinti zegolide zezibani eziyisikhombisa, yile: izinkanyezi eziyisikhombisa yizingelosi zamabandla ayisikhombisa, kuthi izinti zegolide zezibani eziyisikhombisa zingamabandla ayisikhombisa.”


Esihlalweni sobukhosi kwaphuma imibani, amazwi, nokuduma. Izibani zomlilo eziyisikhombisa zavutha phambi kwesihlalo sobukhosi, ezingoMoya bakaNkulunkulu abayisikhombisa.


Omunye wamalunga wayesethi kimi: “Ungakhali. INgonyama yesizwe sakwaJuda, iMpande kaDavide, inqobile, ukuze ivule incwadi nezisicilelo zayo eziyisikhombisa.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ