Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 37:20 - IsiZulu 2020

20 Othini lwesibani kwakukhona izindebe ezine ezazimise okwembali yomu-alimondi, zinemidumba nembali.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Kwakukhona othini lwezibani izimbizana ezine ezifana nezimbali zemi-alimondi,* zinamasumpa azo nezimbali zazo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Othini lwezibani kwakukhona izitsha ezine zama-alimondi, imiqumbe yalo nezimbali zalo;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 37:20
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Izwi likaSimakade lafika kimi, lathi: “Jeremiya, ubonani na?” Ngathi: “Ngibona igatsha lomu-alimondi.”


nalapho abantu besaba okuphakemeyo, isihlahla somAlimondi siyoqhakaza, intethe itotobe, izihlahla zekaphari zingatheli, ngokuba umuntu useya ekhaya lakhe laphakade, abalilayo bayazulazula emigwaqweni,


Ngakusasa uMose waya ethendeni lobufakazi; bheka, intonga ka-Aroni yendlu kaLevi yayihlumile, yaveza imiqumbe, yaqhakaza izimbali, yathela ama-alimondi avuthiweyo.


Igatsha lokuqala kufanele lithwale izindebe ezintathu ezimise okwe-alimondi eliqhakazileyo, imiqumbe, namacembe avulekileyo. Igatsha lesibili kufanele lithwale izindebe ezintathu ezimise okwe-alimondi, nemiqumbe namacembe azo. Makufane kuwo wonke amagatsha ayisithupha enabele ngaphandle othini lwezibani.


“Uyokwenza uthi lwezibani ngegolide elicwengekileyo, uyakulwenza ngomsebenzi ocangcathiweyo, isisekelo salo, nesiqu salo kwenziwe ngegolide elicangcathiweyo; izimbali zokuhlobisa, imiqumbe, namacembe, kube kunye nalo.


Othini lwezibani makube nezindebe ezine ezimise okwe-alimondi, nemiqumbe yazo, namacembe azo.


Kwelinye igatsha kwakunezindebe ezintathu ezazimi njengezimbali zomu-alimondi, yileyo naleyo inemidumba nembali. Kwelinye igatsha kwakunezindebe ezintathu ezazimi njengezimbali zomu-alimondi, yileyo naleyo inemidumba nembali. Kwakunjalo kuwo wonke amagatsha ayisithupha aphuma othini lwezibani.


Kwakunomdumba ngaphansi kwamagatsha amabili, neminye imidumba phansi kwalelo nalelo gatsha, wonke amagatsha ayisithupha ayephuma kulo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ