Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 37:18 - IsiZulu 2020

18 Kwakukhona amagatsha ayisithupha ayexhume esiqwini sezibani, emathathu ohlangothini ngalunye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Kwakukhona amagatsha ayisithupha aphuma ezinhlangothini zalo, amagatsha amathathu othi lwezibani kolunye uhlangothi lwalo namagatsha amathathu othi lwezibani kolunye uhlangothi lwalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Amagatsha ayisithupha aphuma ezinhlangothini zalo; izingalo ezintathu zothi lwesibani kolunye uhlangothi lwalo, nezingalo ezintathu zothi lwesibani kolunye uhlangothi lwalo;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 37:18
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kuyakuba khona amagatsha ayisithupha aphuma ezinhlangothini zalo, abe mathathu ngasohlangothini ngalunye.


Wenza futhi nothi lwezibani ngegolide elicolisekileyo, isinqe salo nothi lwalo kwakwenziwe ngokucangcathiweyo; izindebe, izimbali nemidumba kuhlanganisiwe kwaba yinto eyodwa.


Kwelinye igatsha kwakunezindebe ezintathu ezazimi njengezimbali zomu-alimondi, yileyo naleyo inemidumba nembali. Kwelinye igatsha kwakunezindebe ezintathu ezazimi njengezimbali zomu-alimondi, yileyo naleyo inemidumba nembali. Kwakunjalo kuwo wonke amagatsha ayisithupha aphuma othini lwezibani.


“Yisho ku-Aroni uthi kuye: ‘Lapho ubeka izibani, izibani eziyisikhombisa ziyakukhanyisa phambi kothi lwezibani.’ ”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ