Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 37:16 - IsiZulu 2020

16 Wenza ngegolide elicolisekileyo imicengezi eyayizohlala etafuleni, izingqwembe, nezitsha zempepho, izinkezo, nezindebe ezisetshenziselwa umnikelo wewayini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Wayesenza ngegolide elicwengekileyo izitsha ezazisetafuleni, izingqwembe zalo, nezinkezo zalo, nezinkamba zalo, nezindebe zalo zokuthela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Wazenza ngegolide elicwengekileyo izitsha ezaziphezu kwetafula, izitsha zalo, nezinkezo zalo, nezitsha zalo, nezitsha zalo zokubeka ngazo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 37:16
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

izindebe, izizenze, izitsha, izinkezo, imicengezi yomlilo, igolide elicwengekileyo, izingibe zegolide zezivalo zendlu engaphakathi, izicabha zendawo engcwelengcwele, nezicabha zendlu yethempeli, konke wakwenza ngegolide.


Imali eyayilethwe endlini kaSimakade ayisetshenziselwanga ukwenza izindebe zesiliva, izizenze, izitsha, amacilongo, zonke izinto zegolide nezinto zesiliva,


Uyokwenza izingqwembe zalo, izinkomishi, izinkezo, nezinkamba zokuthela; ukwenze ngegolide elicwengekileyo.


Wenza izingongolo ngokhuni lomkhambathi, wazicaka ngegolide.


Wenza futhi nothi lwezibani ngegolide elicolisekileyo, isinqe salo nothi lwalo kwakwenziwe ngokucangcathiweyo; izindebe, izimbali nemidumba kuhlanganisiwe kwaba yinto eyodwa.


Wanikela ngoqwembe lwesiliva, isisindo salo singamashekeli ayi-130, nesitsha sesiliva esingumcengezi esingamashekeli angama-70 ngokweshekeli lendawo engcwele. Kokubili kwakugcwele impuphu ecolisekileyo exovwe namafutha, kungumnikelo wokusanhlamvu,


Kepha endlini enkulu akuhlali kuphela izitsha zegolide nezesiliva, kodwa nezokhuni nezebumba; ezinye ngezihloniphekileyo, ezinye ngezingahloniphekile.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ