Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 36:8 - IsiZulu 2020

8 Bonke ababeyizingcweti phakathi kwabo, bakha ithabanakeli ngamakhethini alishumi elineni lemicu ephothiweyo elicolekileyo, nangokuluhlaza okwesibhakabhaka, ngokubukhwebezane, nangokubomvu, kwathi ngobugcweti obukhulu bawahlobisa ngamakherubhi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Bonke abahlakaniphile ngenhliziyo phakathi kwabo abasebenza umsebenzi benza itabernakele* ngezilenge eziyishumi, bazenza ngelineni elicolekileyo lemicu ephothiweyo, nangokuluhlaza nangokububende nangokubomvu, zinamakherubi,* umsebenzi wengcweti.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Bonke abahlakaniphileyo phakathi kwabenza umsebenzi wetabernakele benza izindwangu zetende eziyishumi ngelineni elicolekileyo elisontiwe, nelineni eliyibubende, eliyibubende, nelibomvu; wawenza unamakherubi ngomsebenzi wobuqili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 36:8
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Egumbini eliphakathi wenza amakherubhi amabili ngomnqumo, yilelo nalelo lingamakhubhithi alishumi ukuphakama kwalo.


UDavide wakha izindlu emzini wakhe, walungisela umphongolo kaNkulunkulu indawo, wawumisela ithende.


USolomoni wahamba nebandla lonke elalinaye, baya endaweni ephakemeyo eGibheyoni, ngokuba lalilapho ithende lokuhlangana likaNkulunkulu elalenziwe ehlane nguMose, inceku kaSimakade.


Endlini engcwelengcwele wakha amakherubhi amabili aqoshiweyo, wawacaka ngegolide.


Uyokwenza amakherubhi amabili ngegolide elicangcathiweyo; uwabeke emphethweni wesihlalo somusa nxazombili zaso.


Ngiyohlangana nawe lapho, ngikhulume nawe ngiphezu kwesihlalo somusa naphakathi kwamakherubhi amabili aphezu komphongolo wobufakazi, ngiyakukuyala ngakho konke oyakukukhuluma kubantu bakwa-Israyeli.”


Ngaphezu kwalokho, ngimkhethile yena no-Oholiyabe, indodana ka-Ahisamakhi wesizwe sakwaDani, futhi ngibanike ubuchwepheshe bonke abanamakhono, ukuze benze konke engikuyale ukuba ukwenze:


ithende lokuhlangana, umphongolo wesivumelwano, isihlalo somusa esiphezu kwawo, nayo yonke impahla yethende,


“Bonke abanekhono phakathi kwenu bayokuza bezokwenza konke uSimakade ayale ukuba kwenziwe:


Ubude bekhethini babungamakhubhithi angama-28, ububanzi balo bungamakhubhithi amane; wonke ayelingana.


Bacangcatha igolide laba ngamacwecwe, base bewasika aba yimidweshana bayelukela ensontweni eluhlaza okwesibhakabhaka, ebukhwebezane, ebomvu, naselinenini elicolekileyo, lokhu kwenziwa ngobuciko obukhulu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ