UEksodusi 32:27 - IsiZulu 202027 Wayesethi kuwo: “Usho kanje uSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: ‘Yilowo nalowo makagaxe inkemba enqulwini yakhe, adabule enkanjini, ehle enyuka kusukela kwelinye isango kuya kwelinye isango enkanjini, yilowo nalowo abulale umfowabo, umngani wakhe, nomakhelwane wakhe.’ ” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE27 Wayesethi kuwo: “Usho njalo uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: ‘Akube yilowo nalowo kini abhince inkemba yakhe ethangeni lakhe, adabule ekamu,* aye emuva, aye phambili, kusukela kwelinye isango kuze kube kwelinye isango lekamu, yilowo nalowo abulale umfowabo, nalowo umngane wakhe, nalowo umakhelwane wakhe.’ ” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202427 Wathi kubo: “Isho kanje iNkosi uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli, ithi: ‘Bekani, kube yilowo nalowo inkemba yakhe eceleni kwakhe, ningene, niphume esangweni, niye esangweni, phakathi kwekamu lonke, nibulale, kube yilowo nalowo umfowabo, kube yilowo nalowo umfowabo. Umngane, ngulowo lalowo umakhelwane wakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |