Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 32:18 - IsiZulu 2020

18 UMose wathi: “Akusiwo umsindo wokunqoba, noma wokwehlulwa, kodwa ngizwa umsindo wokuhlabelela.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Wathi: “Akusilo izwi labahalalisa ngokunqoba, akusilo izwi lokukhala ngokunqotshwa, kepha ngizwa umsindo wabahlabelelayo.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Wathi: “Leli akulona izwi lalabo abamemeza ngokubusa, futhi leli akulona izwi lalabo abakhala ngoba bekhungathekile; kodwa ngizwa umsindo wabahlabelelayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 32:18
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Lapho uJoshuwa ezwa umsindo wabantu bememeza, wathi kuMose: “Kunomsindo wempi enkanjini.”


Kuthe esesondele enkanjini, wabona ithole nokusina, wathukuthela wagana unwabu, wazilahla phansi izibhebhe ayeziphethe, wazephula phansi kwentaba.


kepha uziphakamisile wamelana neNkosi yasezulwini. Balethe kuwe izitsha zendlu yakhe; wena, nezinduna zakho, nomkakho, nezancinza zakho naphuza iwayini ngazo. Wena ubadumisile onkulunkulu besiliva, abegolide, abethusi, abensimbi, abomuthi, nabetshe, abangaboni, abangezwa, abangazi, kodwa awumdumisanga uNkulunkulu omphefumulo wakho usesandleni sakhe, nokungezakhe zonke izindlela zakho.


Baphuza iwayini, badumisa onkulunkulu begolide, abesiliva, abethusi, abensimbi, abomuthi nabetshe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ