UEksodusi 32:14 - IsiZulu 202014 USimakade wawuguqula umqondo wakhe ngenhlekelele ayehlose ukuyehlisela abantu bakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE14 UJehova wayesephenduka ebubini abethi uzakubenza kubantu bakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202414 UJehova wazisola ngobubi ayecabanga ukubenza kubantu bakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Wase ekhuleka kuSimakade, wathi: “Simakade, angikushongo yini lokhu kwasekuqaleni ngesikhathi ngisesezweni lakithi na? Yingakho ngashesha ngabalekela eTharishishi, ngoba ngangazi kahle ukuthi Wena unguNkulunkulu onomusa, owephuza ukuthukuthela, unobubele obukhulu, uyayithambisa inhliziyo yakho ungabe usakwenza okubi obukuhlosile.