UEksodusi 30:7 - IsiZulu 20207 “U-Aroni uyoshisa impepho enuka kamnandi njalo ekuseni, uyokuyishisa njalo ekuseni lapho elungisa izibani. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE7 “U-Aroni woshisa kulo impepho yamakha athaphukayo; njalo ekuseni, nxa elungisa izibani, uyakuyithunqisa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20247 U-Aroni kumelwe ashise amakha kulo njalo ekuseni; အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngizokwakhela igama likaSimakade uNkulunkulu wami indlu, ukuba ngimngcwelisele yona, ngishise phambi kwakhe impepho enuka kahle, njalo kubekwe izinkwa zokubukwa, kunikelwe ngeminikelo yokushiswa ekuseni nakusihlwa ngamasabatha, ngokwethwasa kwenyanga, nangemikhosi emisiweyo kaSimakade uNkulunkulu wethu. Lokhu kungumthetho kwa-Israyeli kuze kube phakade.