Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 30:4 - IsiZulu 2020

4 Uyolenzela amasongo amabili egolide phansi konqenqema lwalo ezinhlangothini ezimbili ezibhekene, ayokuba yizindawo zezingongolo eliyothwalwa ngazo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Ulenzele amasongo amabili egolide phansi kodini lwalo nxazombili, uwenze ezinhlangothini zombili zalo, abe yizindawo zezinti zokulithwala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ulenzele amasongo amabili egolide ngaphansi komqhele walo, emagumbini alo omabili; ulenze ezinhlangothini zalo ezimbili; futhi kumelwe kube yindawo yezinti zokulithwalela kuyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 30:4
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uwenzele amasongo amane egolide, uwafake emilenzeni yawo yomine; amasongo abe mabili ohlangothini ngalunye.


izingongolo uzifake emasongweni asezinhlangothini zomphongolo ukuze uthwalwe ngazo.


Eduze konqenqema kuyakuba khona amasongo okuyongena kuwo izingongolo zokuthwala itafula.


Uyowacaka amapulangwe ngegolide, wenze amasongo awo ngegolide, ukuze abambe imishayo, okufanele ukuba nayo icakwe ngegolide.


Uyakulenzela futhi isisefo sethusi esenziwe njengenetha, uyokwenza amasongo amane ethusi enetheni kuwo omane amakhona alo.


Izingongolo ziyofakwa emasongweni, ukuze zibe sezinhlangothini zombili ze-althare, uma lithwelwe.


Uyolicaka phezulu ngegolide elicwengekileyo, kuthi izinhlangothi zalo nxazonke, nezimpondo zalo, uzenzele unqenqema lwegolide macala wonke.


Uyokwenza izingongolo ngokhuni lomkhambathi, uzicake ngegolide.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ