Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 30:31 - IsiZulu 2020

31 Uyakuthi kubantu bakwa-Israyeli: ‘Lawa ngamafutha ami angcwele okugcoba izizukulwane ngezizukulwane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Ukhulume kubantwana bakwa-Israyeli, uthi: ‘Lokhu kuyakuba kimi amafutha angcwele okugcoba ezizukulwaneni zenu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

31 Uyakukhuluma kubantwana bakwa-Israyeli, uthi: ‘Lokhu kuyakuba ngamafutha angcwele okugcoba kimi ezizukulwaneni zenu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 30:31
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngiyifumene inceku yami, uDavide, ngayigcoba ngamafutha ami angcwele.


Uyothatha ingxenye yegazi elise-althare namafutha okugcoba ufafaze ngakho u-Aroni nezingubo zakhe, namadodana akhe nezingubo zawo, ngakho-ke yena nezingubo zakhe uyokuba ngcwele, kanjalo namadodana akhe nezingubo zawo.


“Uyogcoba u-Aroni namadodana akhe, ubangcwelise ukuba bangikhonze bengabaphristi.


Awayukusetshenziswa ngabantu ukuba bagcobe ngawo imizimba yabo, futhi awuyukwenza amanye axutshwe njengawo, angcwele, futhi ayoba ngcwele kini.


Wenza amafutha okugcoba angcwele, namakha empepho amnandi, ethakwe ngumthaki oyingcweti.


“ ‘Ongumphristi ophakanyisiwe phakathi kwabafowabo, lowo owathelwa ngamafutha okugcoba ekhanda lakhe, wehlukaniswa ukuba embathe izembatho, akayukuwaqhaqha amagoda ekhanda lakhe, noma aklebhule izembatho zakhe,


Wathela amanye amafutha okugcoba ekhanda lika-Aroni, wamgcoba, wamhlukanisela umsebenzi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ