Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 28:7 - IsiZulu 2020

7 Iyakuba neziziba ezimbili zasemahlombe ezihlanganisiwe emachosheni azo ukuze zikwazi ukubopheka.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Iyakuba neziziba ezimbili zasemahlombe, zihlangene emaceleni ayo omabili, ukuba ihlanganiswe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Kumelwe ibe nezizinda ezimbili zamahlombe zihlanganiswe emaceleni ayo omabili; futhi kanjalo izohlanganiswa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 28:7
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Amachopho amabili amagoda, uyowathandela ezisekelweni bese uwathandela phambili ezizibeni zengubo yamahlombe.


“Bayokwenza ingubo yamahlombe ngokuyigolide, ngokuluhlaza okwesibhakabhaka, ngokubukhwebezane, ngokubomvu, nangelineni lemicu ephothiweyo elicolekileyo, kube ngumsebenzi wobungcweti obukhulu.


Ibhande elikuyo liyokwenziwa ngobuciko obufanayo ngokuyigolide, ngokuluhlaza okwesibhakabhaka, ngokubukhwebezane, ngokubomvu, nangelineni lemicu ephothiweyo elicolekileyo.


Izihloko ezimbili zamaketanga athandelweyo bazifaka emiphethweni yomibili, bazibeka ezizibeni ezisemahlombe ukuya ngaphambili kwazo.


Bayenzela iziziba zamahlombe ezihlanganisiweyo; bayixhuma emaceleni omabili.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ