Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 27:7 - IsiZulu 2020

7 Izingongolo ziyofakwa emasongweni, ukuze zibe sezinhlangothini zombili ze-althare, uma lithwelwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Izinti zalo ziyakufakwa emasongweni, izinti zibe sezinhlangothini zombili ze-altare, nxa lithwalwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Izinti kumelwe zifakwe emasongweni, futhi izinti zibe sezinhlangothini zombili ze-altare ukuze lithwalwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 27:7
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uyozenza izingongolo ngokhuni lomkhambathi, uzicake ngegolide ukuze itafula lithwalwe ngazo.


Uyokwenza izingongolo ze-althare ngokhuni lomkhambathi, uzicake ngethusi.


Uyolenzela amasongo amabili egolide phansi konqenqema lwalo ezinhlangothini ezimbili ezibhekene, ayokuba yizindawo zezingongolo eliyothwalwa ngazo.


“Nxa u-Aroni namadodana akhe sebeqedile ukwemboza indawo engcwele nempahla yonke yendawo engcwele, lapho inkambu seyithutha, kuyakuza abozalo lukaKhohathi ukuzokuthwala, kodwa abayukuthinta lutho olungcwele ngokuba bayokufa. Lezi zinto zingumthwalo wabozalo lukaKhohathi ethendeni lokuhlangana.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ