Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 27:4 - IsiZulu 2020

4 Uyakulenzela futhi isisefo sethusi esenziwe njengenetha, uyokwenza amasongo amane ethusi enetheni kuwo omane amakhona alo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Ulenzele ihele lethusi elenziwe njengenetha, wenze amasongo amane ethusi enetheni ngasemagumbini alo omane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ulenzele ihele, umsebenzi wethusi; wenzele inetha amasongo amane ethusi emagumbini alo omane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 27:4
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uwenzele amasongo amane egolide, uwafake emilenzeni yawo yomine; amasongo abe mabili ohlangothini ngalunye.


Uyokwenza izitsha zalo zokubutha umlotha, amafosholo alo, izitsha zalo, izimfologo zalo, nemicengezi yalo yomlilo, uyozenza zonke izimpahla zalo ngethusi.


Uyolibeka ngaphansi konqenqema oluzungeze i-althare, ukuba inetha leluleke lifinyelele ngaphakathi kwe-althare ukuya phezulu.


i-althare lomnikelo wokushiswa, ithusi elinanyatheliselwe kulo nezingongolo zalo, nazo zonke izitsha zalo, nomcengezi nesinqe sawo,


wenza ngalo izisekelo zesango lethende lokuhlangana, i-althare lethusi, inetha lethusi, nazo zonke izimpahla ze-althare,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ