Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 27:20 - IsiZulu 2020

20 “Uyobayala futhi abantu bakwa-Israyeli ukuba balethe kuwe amafutha omnqumo acwengekileyo, agxotshelwe ukukhanyisa, ukuze izibani zihlale zivutha njalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 “Wobayala abantwana bakwa-Israyeli ukuba balethe kuwe amafutha eminqumo agxotshelwe ukukhanyisa ukuba izibani zivuthe njalonjalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Uyala abantwana bakwa-Israyeli ukuba bakulethele uthi lwezibani amafutha acwengekileyo agqunyiwe, ukuze isibani sivutha njalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 27:20
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Udeka itafula phambi kwami, kubuka izitha zami. Ugcoba ikhanda lami ngamafutha; indebe yami iyachichima.


amafutha ezibani, amakha, amafutha okugcoba nawempepho,


Zonke izimpahla ezisetshenziswa ethabanakelini, izikhonkwane zakhona nazo zonke ezasegcekeni mazenziwe ngethusi.


amakha, amafutha okukhanyisa nawokugcoba, nempepho enamakha amnandi.


ngamafutha okukhanyisa izibani, ngezinongo zamafutha okugcoba nezempepho,


uthi lwezibani olwenziwe ngegolide elicwengekileyo nezibani zalo zihleliwe, nakho konke okuhambisana nalo, amafutha okukhanyisa,


Uyakungenisa itafula, uhlele izinto eziphezu kwalo, uyakufaka uthi lwesibani bese ubeka izibani zalo.


Labo bayiminqumo emibili nezinti zezibani ezimbili ezimi phambi kweNkosi yomhlaba.


“Isihlahla somnqumo sathi: ‘Ngiyeke ukukhiqiza amafutha ami acebile okuhlonishwa ngawo onkulunkulu nabantu, ngihambe ngiyobusa phezu kwemithi, na?’


isibani sikaNkulunkulu singakacinywa, uSamuweli elele ethempelini likaSimakade lapho kwakukhona umphongolo kaNkulunkulu,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ