Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 27:18 - IsiZulu 2020

18 Ubude begceke buyokuba ngamakhubhithi ayikhulu, ububanzi bube ngangama-50, ukuphakama kube ngamakhubhithi ayisihlanu, kube namakhethini elineni lemicu ephothiweyo elicolekileyo, nezisekelo zibe ngezethusi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Ubude begceke boba yizingalo eziyikhulu, ububanzi bube ngezamashumi ayisihlanu njalo, ukuphakama kube yizingalo eziyisihlanu, bube yilineni elicolekileyo lemicu ephothiweyo, izinyawo zibe yithusi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Ubude begceke bube yizingalo eziyikhulu, ububanzi bube yizingalo ezingamashumi ayisihlanu yonke indawo, ukuphakama kube yizingalo eziyisihlanu zelineni elicolekileyo elisontiwe, izisekelo zazo zibe yithusi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 27:18
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Uyokwenza ithabanakeli ngamakhethini alishumi enziwe ngelineni elicolekileyo lemicu ephothwe ngokuluhlaza okwesibhakabhaka, okubukhwebezane, nokubomvu. Ingcweti iwahlobise ngamakherubhi.


Zonke izinsika ezizungeze igceke ziyakucakwa ngesiliva, izinkintsho zazo zibe ngezesiliva, izisekelo zibe ngezethusi.


Zonke izimpahla ezisetshenziswa ethabanakelini, izikhonkwane zakhona nazo zonke ezasegcekeni mazenziwe ngethusi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ