Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 27:17 - IsiZulu 2020

17 Zonke izinsika ezizungeze igceke ziyakucakwa ngesiliva, izinkintsho zazo zibe ngezesiliva, izisekelo zibe ngezethusi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Izinsika zonke zegceke zonamekwa ngesiliva, izingwegwe zazo zibe yisiliva, izinyawo zazo zibe yithusi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Zonke izinsika zegceke nxazonke kumelwe zigcwaliswe ngesiliva; izikhonkwane zazo zibe ngezesiliva, nezinyawo zazo zibe ngezethusi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 27:17
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Esangweni legceke kuyokuba khona isihenqo esingamakhubhithi angama-20; senziwe ngokuluhlaza okwesibhakabhaka, ngokubukhwebezane, ngokubomvu, nangelineni lemicu ephothiweyo elicolekileyo, okungumsebenzi womfekethisi. Siyakuba nezinsika ezine, nezisekelo ezine.


Ubude begceke buyokuba ngamakhubhithi ayikhulu, ububanzi bube ngangama-50, ukuphakama kube ngamakhubhithi ayisihlanu, kube namakhethini elineni lemicu ephothiweyo elicolekileyo, nezisekelo zibe ngezethusi.


Wenza izinkintsho zezinsika ngamashekeli ayi-1 775 wacaka izihloko zawo, wenza nezibopho zazo.


wenza ngalo izisekelo zesango lethende lokuhlangana, i-althare lethusi, inetha lethusi, nazo zonke izimpahla ze-althare,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ