Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 27:12 - IsiZulu 2020

12 “Ohlangothini olungasentshonalanga lobubanzi begceke makube khona amakhethini ububanzi bawo bube ngamakhubhithi angama-50, abe nezinsika ezilishumi, nezisekelo ezilishumi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 “Ohlangothini olungasentshonalanga ebubanzini begceke makube khona izilenge, ububanzi bazo bube yizingalo ezingamashumi ayisihlanu, izinsika zazo zibe yishumi, nezinyawo zazo zibe yishumi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Ebubanzini begceke ohlangothini olusentshonalanga makube khona izilenge eziyizingalo ezingamashumi amahlanu, izinsika zazo zibe yishumi nezinyawo zazo zibe yishumi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 27:12
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uyokwenza izisekelo zesiliva ezingama-40 phansi kwamapulangwe angama-20, izisekelo ezimbili zibe phansi kwepulangwe lokuqala, ukuze zibambe izimpondo zalo; izisekelo ezimbili ngaphansi kwepulangwe elilandelayo, zibe yizikhonkwane ezimbili;


Kanjalo uyakulenzela amakhethini ngasohlangothini olungasenyakatho, ubude bawo bube ngamakhubhithi ayikhulu, izinsika zazo ezingama-20, nezisekelo zazo ezingama-20 zibe ngezethusi; izinkintsho zezinsika nezibopho zazo zenziwe ngesiliva.


Ububanzi begceke ngasempumalanga ohlangothini olubheke empumalanga bube ngamakhubhithi angama-50.


namakhethini asegcekeni nekhethini elisemnyango wegceke elizungeze ithabanakeli ne-althare, izintambo zalo, nayo yonke imisebenzi ephathelene nalezo zinto.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ