Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 27:10 - IsiZulu 2020

10 izinsika zalo ezingama-20, nezisekelo zazo ezingama-20 ziyokwenziwa ngethusi; izinkintsho zezinsika nezibopho zazo zenziwe ngesiliva.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 izinsika zalo zibe ngamashumi amabili, nezinyawo zazo zibe ngamashumi amabili zethusi; izingwegwe zezinsika nezibopho zazo zibe yisiliva.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Izinsika zalo ezingamashumi amabili nezinyawo zazo zibe ngamashumi amabili zethusi; izisekelo zezinsika namasongo azo abe yisiliva.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 27:10
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kanjalo uyakulenzela amakhethini ngasohlangothini olungasenyakatho, ubude bawo bube ngamakhubhithi ayikhulu, izinsika zazo ezingama-20, nezisekelo zazo ezingama-20 zibe ngezethusi; izinkintsho zezinsika nezibopho zazo zenziwe ngesiliva.


“Uyokwenza igceke lethabanakeli. Ngaseningizimu yegceke kube khona amakhethini elineni lemicu ephothiweyo elicolekileyo, ubude bawo bube ngamakhubhithi ayikhulu ohlangothini ngalunye;


Benza izinsika ezinhlanu nezinkintsho zazo, bacaka izihloko zezinduku nezisekelo ngegolide, kodwa izisekelo zazo ezinhlanu zazingezethusi.


izinsika zalo zazingama-20, nezisekelo zalo zethusi ezingama-20; izinkintsho zezinsika nezibopho kwakuyisiliva.


zonke izisekelo ezizungeze igceke, nezesango legceke, nazo zonke izikhonkwane zethabanakeli nxazonke zegceke.


Izinsika-ke, ukuphakama kwensika eyodwa kwakungamakhubhithi ali-18; umucu ongamakhubhithi ali-12 wawuyizungeza; uhlonze lwayo lwaluyiminwe emine, yayiyigobongo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ