Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 26:9 - IsiZulu 2020

9 Uyohlanganisa amakhethini ayisihlanu ndawonye, namakhethini ayisithupha uyakuwahlanganisa ndawonye, bese kuthi ikhethini lesithupha uliphinde kabili phambi kwethende.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Wohlanganisa izilenge eziyisihlanu ngokwazo, nezilenge eziyisithupha ngokwazo, isilenge sesithupha siphindwe phambi kwetende.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Wohlanganisa izindwangu zetende eziyisihlanu zodwa, nezindwangu zetende eziyisithupha zihlukane, wenze indwangu yetende yesithupha ibe mibili ngaphambi kwetabernakele.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 26:9
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uyokwenza izinkintsho ezingama-50 emphethweni wekhethini lokuqala elingasekugcineni, nezinye ezingama-50 emphethweni wekhethini lesibili elingasekugcineni.


Amakhethini ayisihlanu ayothungwa ahlanganiswe ndawonye, kanjalo namanye amakhethini ayisihlanu ayothungwa ahlanganiswe ndawonye.


“Uyokwenza amakhethini ngoboya bezimbuzi, abe yithende phezu kwethabanakeli, uyokwenza amakhethini ayi-11.


Ubude bekhethini buyoba ngamakhubhithi angama-30, ububanzi balo bube ngamakhubhithi amane. Lawa makhethini ayi-11 kufanele alingane.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ