Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 26:8 - IsiZulu 2020

8 Ubude bekhethini buyoba ngamakhubhithi angama-30, ububanzi balo bube ngamakhubhithi amane. Lawa makhethini ayi-11 kufanele alingane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Ubude bezilenge bube yizingalo ezingamashumi amathathu, ububanzi bezilenge bube yizingalo ezine, lezi zilenge eziyishumi nanye zilingane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Ubude bendwangu yetende eyodwa kumelwe bube yizingalo ezingamashumi amathathu, ububanzi bendwangu yetende eyodwa bube yizingalo ezine; nezindwangu zetende eziyishumi nanye kumelwe zonke zibe yisilinganiso sinye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 26:8
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ikhubhithi kulolu hlangathi nekhubhithi ngakolunye kwalokho okuseleyo ebudeni bamakhubhithi ethende, kuyakulengiswa emaceleni ethabanakeli kulemboze.


Ubude bekhethini ngalinye bube ngamakhubhithi angama-28, ububanzi balo bube ngamakhubhithi amane. Wonke amakhethini ayakulingana.


“Uyokwenza amakhethini ngoboya bezimbuzi, abe yithende phezu kwethabanakeli, uyokwenza amakhethini ayi-11.


Uyohlanganisa amakhethini ayisihlanu ndawonye, namakhethini ayisithupha uyakuwahlanganisa ndawonye, bese kuthi ikhethini lesithupha uliphinde kabili phambi kwethende.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ