Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 26:37 - IsiZulu 2020

37 Isihenqo leso uyosenzela izinsika eziyisihlanu ngokhuni lomkhambathi, uzicake ngegolide, nezinkintsho zazo zibe yigolide, uzenzele izisekelo zethusi eziyisihlanu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

37 Ulenzele iveli izinsika eziyisihlanu zomtholo, uzinameke ngegolide; izingwegwe zazo mazibe yigolide, uzikhandele izinyawo eziyisihlanu zethusi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

37 Ulenzele iveli izinsika ezinhlanu zomuthi womtholo, uzisibekele ngegolide, nezisekelo zazo zibe ngegolide; uwubumbele izinyawo eziyisihlanu zethusi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 26:37
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uyakuwucaka ngegolide elicwengekileyo ngaphandle nangaphakathi, uwenzele umphetho wegolide nxazonke.


izikhumba zezinqama ezidaywe zabomvu; izikhumba zamahlengethwa, izingodo zokhuni lomkhambathi,


Benza izinsika ezinhlanu nezinkintsho zazo, bacaka izihloko zezinduku nezisekelo ngegolide, kodwa izisekelo zazo ezinhlanu zazingezethusi.


wenza ngalo izisekelo zesango lethende lokuhlangana, i-althare lethusi, inetha lethusi, nazo zonke izimpahla ze-althare,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ