Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 26:32 - IsiZulu 2020

32 Uyosilengisa ezinsikeni ezine zokhuni lomkhambathi ezicakwe ngegolide, ezinezinkintsho zegolide, futhi zimi ezisekelweni ezine.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 ulilengise ezinsikeni ezine zomtholo ezinamekwe ngegolide, izingwegwe zazo zibe yigolide, zime ezinyaweni ezine zesiliva.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Kumelwe ulilengise ezinsikeni ezine zokhuni lomtholo ezihuqwe ngegolide; izisekelo zazo zibe ngegolide, ezisekelweni ezine zesiliva.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 26:32
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Igceke lalihlotshiswe ngamakhethini kakotini amhlophe naluhlaza okwesibhakabhaka, kunemichilo yelineni elicolekileyo nebukhwebezane, kuboshelwe kokusandilinga kwesiliva ezikwedlaneni zemabuli. Izihlalo zokuphumula ezenziwe ngegolide nesiliva zibekwe egcekeni elaligandaywe ngemabuli emhlophe, amagwadle abomvu, amagobolondo ahlotshiswe ngaphakathi acwebezelayo, netshe eliyigugu eliluhlaza sasibhakabhaka.


izikhumba zezinqama ezidaywe zabomvu; izikhumba zamahlengethwa, izingodo zokhuni lomkhambathi,


“Uyokwenza isihenqo ngokuluhlaza okwesibhakabhaka, ngokubukhwebezane, ngokubomvu, nangelineni lemicu ephothiweyo elicolekileyo, ingcweti isihlobise ngamakherubhi.


Uyolengisa isihenqo phansi kwamahhuku asophahleni, bese ungenisa umphongolo wesivumelwano phakathi kwesihenqo, isihenqo siyakunehlukanisela indawo engcwele nendawo engcwelengcwele.


Isihenqo leso uyosenzela izinsika eziyisihlanu ngokhuni lomkhambathi, uzicake ngegolide, nezinkintsho zazo zibe yigolide, uzenzele izisekelo zethusi eziyisihlanu.


Benza izinsika ezinhlanu nezinkintsho zazo, bacaka izihloko zezinduku nezisekelo ngegolide, kodwa izisekelo zazo ezinhlanu zazingezethusi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ