Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 26:29 - IsiZulu 2020

29 Uyowacaka amapulangwe ngegolide, wenze amasongo awo ngegolide, ukuze abambe imishayo, okufanele ukuba nayo icakwe ngegolide.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 Wonameka amapulangwe ngegolide, uwenze amasongo awo ngegolide, abe yizindawo zemishayo, unameke nemishayo ngegolide.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

29 Kumelwe umboze izinsika ngegolide futhi wenze amasongo azo ngegolide abe yizindawo zemishayo evundlile; uyakunameka imishayo ngegolide.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 26:29
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Phambi kwegumbi kwakungamakhubhithi angama-20 ubude, namakhubhithi angama-20 ngobubanzi, namakhubhithi angama-20 ngokuphakama; wakunameka ngegolide elicwengekileyo, walembesa i-althare ngemisedari.


Wanameka-ke, yonke indlu ngegolide, yaze yaphelela indlu yonke; ne-althare lonke elalisegumbini walinameka ngegolide.


Eduze konqenqema kuyakuba khona amasongo okuyongena kuwo izingongolo zokuthwala itafula.


Umshayo ophakathi, phakathi kwamapulangwe udabule uze ufinyelele kuzo zombili izinhlangothi.


“Uyolimisa ithabanakeli ngendlela owakhonjiswa yona entabeni.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ