Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 26:10 - IsiZulu 2020

10 Uyokwenza izinkintsho ezingama-50 emphethweni wekhethini lokuqala elingasekugcineni, nezinye ezingama-50 emphethweni wekhethini lesibili elingasekugcineni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Wenze izihibe ezingamashumi ayisihlanu eceleni lesilenge esinye esokugcina sasekuhlanganeni, nezihibe ezingamashumi ayisihlanu eceleni lesilenge sokugcina ekuhlanganeni kwesibili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Wenze izihibe ezingamashumi ayisihlanu emphethweni welinye itende elingaphandle kokuhlangana, nezihibe ezingamashumi ayisihlanu emphethweni wendwangu yetende ehlangene nelesibili letende.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 26:10
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uyokwenza izinkintsho zethusi ezingama-50, ufake amahhuku ezinkintshweni, bese ulihlanganisa ndawonye ithende ukuze libe yinto eyodwa.


Uyokwenza izihibe ngokuluhlaza okwesibhakabhaka emphethweni wekhethini lokuqala, kanjalo nasemphethweni wekhethini lesibili.


Uyohlanganisa amakhethini ayisihlanu ndawonye, namakhethini ayisithupha uyakuwahlanganisa ndawonye, bese kuthi ikhethini lesithupha uliphinde kabili phambi kwethende.


Benza izinkintsho ezingama-50 ekhithinini lokuqala. Benza nezinye ezingama-50 emphethweni wekhethini elihlanganisiweyo lesibili; amakhethini abhekana.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ