UEksodusi 25:8 - IsiZulu 20208 “Mabangenzele ithabanakeli elingcwele ukuze ngihlale phakathi kwabo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE8 “Mabangenzele indlu engcwele ukuba ngihlale phakathi kwabo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20248 Bangenzele indlu engcwele; ukuze ngihlale phakathi kwabo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Wathi kimi: “Ndodana yomuntu, le ndawo iyisihlalo sami sobukhosi, nendawo yamathe ezinyawo zami, lapho ngiyakuhlala khona phakathi kwabantu bakwa-Israyeli kuze kube phakade. Indlu yakwa-Israyeli ayisayukulingcolisa igama lami elingcwele, yona namakhosi ayo, ngokuphinga kwayo nangezidumbu zamakhosi ayo ezindaweni zayo eziphakemeyo.