Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 25:5 - IsiZulu 2020

5 izikhumba zezinqama ezidaywe zabomvu; izikhumba zamahlengethwa, izingodo zokhuni lomkhambathi,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 nezikhumba ezibomvu zezinqama, nezikhumba zamatahasi,* nemithi yomtholo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 nezikhumba zezimvu ezidaywe zibomvu, nezikhumba zamatahasi, nokhuni lomtholo;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 25:5
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

okuluhlaza okwesibhakabhaka, okubukhwebezane, okubomvu, ilineni elicolekileyo, uboya bezimbuzi;


amafutha ezibani, amakha, amafutha okugcoba nawempepho,


“Uyokwenza imishayo eyisihlanu ngokhuni lomkhambathi, ibe ngamapulangwe ngakolunye uhlangothi lwethabanakeli,


Isihenqo leso uyosenzela izinsika eziyisihlanu ngokhuni lomkhambathi, uzicake ngegolide, nezinkintsho zazo zibe yigolide, uzenzele izisekelo zethusi eziyisihlanu.


Bonke okwatholakala kubo okuluhlaza okwesibhakabhaka, okubukhwebezane, okubomvu, ilineni elicolekileyo, uboya bezimbuzi, izikhumba zezinqama ezidaywe zabomvu, nezikhumba zamahlengethwa, lokho bakuletha.


ngezikhumba zezinqama ezidaywe zabomvu, ngezikhumba zamahlengethwa, ngokhuni lomkhambathi,


Benza okokufulela ithende ngezikhumba zezinqama ezidaywe zabomvu. Benza nokunye kokumboza phezulu ngezikhumba zamahlengethwa.


Benza amapulangwe ethende ngokhuni lomkhambathi, bawamisa.


okokufulela okwakwenziwe ngezikhumba zezinqama ezidaywe zaba bomvu, okokufulela kwezikhumba zamahlengethwa, ikhethini lokuhenqa,


“Ngase ngenza umphongolo ngomtholo, ngabaza izibhebhe ezimbili ngamatshe njengezakuqala, ngase ngikhuphukela entabeni ngiziphethe zombili izibhebhe esandleni sami.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ