Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 25:4 - IsiZulu 2020

4 okuluhlaza okwesibhakabhaka, okubukhwebezane, okubomvu, ilineni elicolekileyo, uboya bezimbuzi;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 nokuluhlaza, nokububende, nokubomvu, nelineni elicolekileyo, noboya bezimbuzi,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 nokububende, nokububende, nokubomvu, nelineni elicolekileyo kakhulu, noboya bembuzi;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 25:4
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UFaro wakhumula indandatho yakhe yokusicilela esandleni sakhe, wayifaka esandleni sikaJosefa, wamembathisa izembatho zelineni elicolekileyo, wamfaka nomgexo wegolide entanyeni.


Yilo umnikelo eniyakuwuletha uvela kubo: igolide, isiliva, ithusi,


izikhumba zezinqama ezidaywe zabomvu; izikhumba zamahlengethwa, izingodo zokhuni lomkhambathi,


bayosebenzisa okuyigolide, okuluhlaza okwesibhakabhaka, okubukhwebezane, okubomvu, nelineni elicolekileyo.


“Bayokwenza ingubo yamahlombe ngokuyigolide, ngokuluhlaza okwesibhakabhaka, ngokubukhwebezane, ngokubomvu, nangelineni lemicu ephothiweyo elicolekileyo, kube ngumsebenzi wobungcweti obukhulu.


Ngakwembesa ngengubo efekethisiweyo, ngakufaka izicathulo zesikhumba, ngakwethwesa ilineni elicolekileyo ekhanda, ngase ngikwemboza ngosilika.


Ilineni elicolekileyo nelifekethisiweyo elivela eGibhithe, lalinguseyili wakho nebhanela lakho; umpheme wakho wenziwe ngokuluhlaza nokubukhwebezane, uvela eziqhingini e-Elisha.


Wanikwa ukuba embathe ilineni elicolekileyo, elikhazimulayo nelihlanzekileyo.” Ngokuba ilineni elicolekileyo liyizenzo zabangcwele ezilungileyo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ