Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 25:12 - IsiZulu 2020

12 Uwenzele amasongo amane egolide, uwafake emilenzeni yawo yomine; amasongo abe mabili ohlangothini ngalunye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Uwukhandele amasongo amane egolide, uwafake ezinyaweni zozine zawo, amasongo amabili abe kolunye uhlangothi lwawo, amasongo amabili abe kolunye uhlangothi lwawo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Uwubumbele amasongo amane egolide, uwafake emagumbini omane; amasongo amabili abe kolunye uhlangothi lwawo, namasongo amabili kolunye uhlangothi lwawo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 25:12
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uyakuwucaka ngegolide elicwengekileyo ngaphandle nangaphakathi, uwenzele umphetho wegolide nxazonke.


Wenze izingongolo ngokhuni lomkhambathi bese uzicaka ngegolide,


Izingongolo kufanele zihlale emasongweni, zingasuswa kuwo.


Uyolenzela amasongo amane ngegolide, uwafake emakhoneni omane asemilenzeni yalo.


Uyowacaka amapulangwe ngegolide, wenze amasongo awo ngegolide, ukuze abambe imishayo, okufanele ukuba nayo icakwe ngegolide.


Izingongolo ziyofakwa emasongweni, ukuze zibe sezinhlangothini zombili ze-althare, uma lithwelwe.


wafaka izingongolo emasongweni ezinhlangothini zomphongolo, ukuze uthwalwe ngazo.


wazifaka izingongolo emasongweni asezinhlangothini ze-althare, ukuze lithwalwe ngazo. I-althare walenza ngamapulangwe; laba wugobhozi.


Benza izisekelo ezimbili zegolide, namasongo amabili egolide; omabili bawafaka ngenhla emachosheni esivikelo sesifuba.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ