UEksodusi 23:8 - IsiZulu 20208 “Awuyukwamukela ukufunjathiswa, ngokuba ukudizelwa kuyaziphuphuthekisa izikhulu, bese kuphambanisa nendlela yalabo abahamba ngokulunga. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE8 “Awuyikwamukela isipho, ngokuba isipho siphuphuthekisa ababonayo, siphendukezele amazwi olungileyo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20248 Akumelwe namukele noma yisiphi isipho, ngoba isipho siphuphuthekisa abahlakaniphileyo futhi siphendukezela amazwi olungile. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Bhekani, ngilapha: fakazani ngami phambi kukaSimakade naphambi kogcotshiweyo wakhe, ukuthi ngake ngathatha inkabi kabani, noma imbongolo kabani, ngubani engimqolile, ngicindezele bani futhi ngemukele ukufunjathiswa okuvela esandleni sikabani ukuze amehlo ami avalwe yikho na? Lokho ngiyakukubuyisela kini.”