UEksodusi 23:14 - IsiZulu 202014 “Uyongenzela imikhosi kathathu ngonyaka. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE14 “Kathathu ngomnyaka wongigcinela umkhosi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202414 Kathathu ngomnyaka ningienzele umkhosi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Kuyothi lapho abantu abahlala ezweni bengena phambi kukaSimakade ngesikhathi semikhosi emisiweyo, kuthi lowo ongene ngendlela yesango elisenyakatho ukuba ayokhuleka, aphume ngesango eliseningizimu. Umuntu oyakungena ngendlela yesango eliseningizimu uyakuphuma ngendlela yesango elisenyakatho. Akayukubuyela emuva ngendlela angene ngayo, kodwa uyakuphuma esangweni elimaqondana nalelo angene ngalo.