Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 22:9 - IsiZulu 2020

9 “Emacaleni wonke ombango wempahla, aphathelene nenkabi, imbongolo, imvu, isembatho, noma iyiphi nje enye impahla elahlekile, bobabili ababangayo bayoletha izikhalo zabo kuNkulunkulu. Olahlwa yicala phambi kukaNkulunkulu uyomkhokhela umakhelwane wakhe kuphindwe kabili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Ngezindaba zonke zamacala, eyenkabi, neyembongolo, neyemvu, neyengubo, neyento elahlekileyo, umuntu asho ngayo ukuthi ngeyakhe, indaba yabo bobabili iyakuza phambi kukaNkulunkulu; olahlwa nguNkulunkulu uyakumkhokhela umakhelwane wakhe kuphindwe kabili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Kuzo zonke izinhlobo zobubi, noma ezezinkomo, noma ezezimbongolo, noma ezezimvu, noma ezezingubo, noma ngokwanoma yini elahlekileyo, omunye athi ngeyakhe, icala labo bobabili liyakufika phambi kwabahluleli; futhi noma ubani olahla abahluleli, kumelwe akhokhe kabili kumakhelwane wakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 22:9
17 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Angikaze ngilethe kuwe edweshulwe yizilo zasendle. Uma kwenzekile yafa bengiyaye ngilithwale mina lelo cala. Ubukufuna kimi okwebiwe emhlanjini wakho, noma kwebiwe emini noma ebusuku.


“Uma umuntu ona umakhelwane wakhe, athweswe isifungo, bese efunga phambi kwe-althare lakho kule ndlu,


Wonke amacala afika kini evela kubafowenu abahlala emizini yabo phakathi kwegazi negazi, noma phakathi komthetho nomyalo, noma phakathi kwezimiso nezehlulelo, niyakubaxwayisa ngawo ukuba bangabi nacala kuSikamade, nehlelwe yintukuthelo nina nabafowenu. Niyokwenza kanjalo, ningabi nacala.


“Uma umuntu enika umakhelwane wakhe imbongolo, noma inkabi, noma imvu, noma silwane sini, bese isilwane siyafa noma silimale noma sithunjwe singabonwa muntu,


“Awunakumthuka uNkulunkulu, noma uqalekise umholi wabantu bakini.


“Uma okwebiweyo kutholakala esandleni salo kusaphila, kungaba yinkabi, yimbongolo noma yimvu, isela liyakukhokha ngokuphindwe kabili.


nayikuphi afunge ngamanga ngakho, uyokubuyisela, aze athasisele okwesihlanu kukho, uyokunika lowo obelahlekelwe ngosuku lomnikelo wakhe wecala.


“Kepha uma umfowenu ekona, hamba umsole ninodwa. Uma ekulalele, uyobe umzuzile.


“Kanjalo-ke noBaba osezulwini uyakwenza lokho kini, uma ningathetheleli ngezinhliziyo zenu kube yilowo nalowo umfowabo.”


“Uma kukhona ukuxabana phakathi kwabantu, bese beya esigcawini sokwehlulela, kuthethwe icala labo, liyomthetha icala olungileyo, limlahle onecala.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ