Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 22:26 - IsiZulu 2020

26 Uma uthatha ingubo kamakhelwane wakho ibe yisibambiso, uyakuyibuyisela kuye lingakashoni ilanga,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Uma uthatha ingubo yomakhelwane wakho, ibe yisibambiso, uyakuyibuyisela kuye lingakashoni ilanga;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Uma uthatha izingubo zomakhelwane wakho zibe yisibambiso, womnika zona ekushoneni kwelanga;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 22:26
16 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngokuba uthathe ngeze izibambiso kubafowenu, wahlubula abampofu izingubo zabo.


Bathumba imbongolo yentandane, bathathe inkomo yomfelokazi ibe yisibambiso.


Balala nqunu ebusuku bengenangubo, abanakho okokwembatha emakhazeni.


Intandane ihlwithwa ebeleni, nengane yompofu ithathwa ibe yisibambiso.


Benza ukuba ukukhala kwabampofu kufinyelele kuye, wakuzwa ukukhala kwabahluphekayo.


Kepha Wena uyamqaphela osenkathazweni nasosizini, wenze okuthile ngaye. Abampofu bangethembela kuwe, nezintandane ngokunjalo.


Ingelosi kaSimakade ikanisa nxazonke kulabo abamesabayo, ibakhulule.


Thatha ingubo yoyisibambiso somfokazi, umbambe abe yisibambiso omele umfokazi.


uma kungekho ongakhokha ngakho, uyakuthathelwani umbhede wakho phansi kwakho na?


ingacindezeli muntu, ingasamukeli isibambiso, ingaphangi nokuphanga, kodwa ipha abampofu isinkwa sayo, yembathisa abanqunu,


engacindezeli muntu, ebuyisela kotshelekayo isibambiso sakhe, engaphangi nokuphanga, kepha epha abalambileyo isinkwa sakhe, embathisa abanqunu,


yena lowo omubi abuyise isibambiso, akhokhe ayekuthathile, ahambe ngezimiso zokuphila, angakwenzi okubi, impela uyakuphila, angafi.


Balala eceleni kwawo wonke ama-althare ngezingubo ezithathwe zaba yisibambiso. Baphuza iwayini labahlawulisiwe endlini kaNkulunkulu wabo.


“Awuyukuhlanekezela ubulungiswa lapho ubhekene nomfokazi noma intandane, futhi ungayithathi ingubo yomfelokazi ibe yisibambiso,


“Akuyukuba bikho muntu oyakuthatha itshe lokugaya noma imbokodwe kube yisibambiso, ngokuba uyobe ethathe konke okuphilwa ngakho, kwaba yisibambiso.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ